Father's Day - Make Dad a 'Winner' this Father's Day



Let The Workshop Make all Dad's a 'Winner' this Father's Day!
Join us for an exciting Father's Day promotion from 10 - 18 June 2006.

Customers who spend R 200.00 or more at any store/s at The Workshop, may have their till slip redeemed at the Information kiosk near Pick n' Pay for a FREE Father's Day Gift with purchase while stocks last

Always Ultra Road Show

USindisme ulifezile iphupho lakhe lokudansa


KWANELENCALANE
LtGCINElifezekile iphupho likaSindisiwe 'Minky" Khumalo wakwa-B KwaMashu, eThekwini lokuba ngumdansi oseqophelweni eliphezulu nohlonishwayo iNingizimu Afrika yonke.



USindisiwe(22) phela nguyena obashaye amakhanda bonke abadansi baseThekwini ngesikhathi kunomncintiswano wokuthola abadansi obazodansela amaqembu amakhulu kuleli, okubalwa kubo iJamali nabanye abaculi.

Lo mncintiswano, obubanjelwe eWorkshop eThekwini, ubizwa ngokuthi yi-Always Ultra Keep Moving Competition, lapho izintokazi nezinsizwa bezidlana khona imilala.

USindisiwe uthe vele umdanso yinto yakhe futhi ubekade ezama ukungenela imincintiswano yabadansi ngethemba lokuthi angase naye athole ithuba lokuzibonakalisa ngekhono analo. Uthe ujabule kakhulu njengoba manje usezohamba izindawo futhi wathembisa ukwenza ezibukwayo.



"Ngizizwa ngijabule kakhulu ngokuphuma. phambili kulo mcintiswano ngoba nami sengizokwazi ukuzibonakausa ezweni lonke ukuthi nami nginalo ikhono lokudansa. Selokhungaqala ukudansa ngo-1997 futhi ngihamba ngifundisa abantu ukudansa.

"Ukuphumelela kwami lapha ngizokusebenzisa njengendlela yokuzicabela indlela yekusasa eliqhakazile kwezomdanso nokulingisa. Ngifisa ukuba nesikole sami sabadansi ngikwazi ukuthuthukisa abanye abadansi," kusho uSindisiwe.

Uqhube wathi nangonyaka odlule wangena emncintiswaneni ofanayo, kodwa wangaphumelela. Uthe akazange alilahle ithemba njengoba esethola impumelelo manje.

USindisiwe abaningi bayamazi njengomdlali wemidlalo yeshashalazi ngesikhathi edlala ngaphansi kweK-Cap, emdlalweni iBayede Shaka: The Spear is Born.

Kulo mncintiswano bekukhona uTwasa wodumo Iwe-Jam Alley obengumphathi wohlelo, izihlabani ze Jamali, uProverb, HHP, Sexa nomculi uSpeedy Ophume isibili kulo mncintiswano kube nguNolwazi Mkhize(19) waseMgababa, ogwini oluseningizimu yesifundazwe kanti isithathu kube nguXolile Shazi.

Intsha ebiphume ngobuningi bayo ibheme yakholwa njengoba ingoma ibilokhu ishe njalo nabadansi bekhipha unyawo ngezitayela zabo.
USEZOUTSHENGISA emaculweni abaculi bakuleli ikhono lakhe lokudansa uMinky Khumalo njengoba ephume phambili emncintiswaneni womdanso kazwelonke.

Eggs-stravagance


From 07 - 14 April, Woppy World will be doing face painting at The Workshop Centre everyday. While on Saturday, 15 April and Easter Sunday, 16 April, between 12h00 to 14h00, there will be Egg-Citing entertainment to be enjoyed by one and all. So don't miss out this Easter

Or you could spend R200 or more... at any of our stores from the 7-16 April 2006 and have your till slip redeemed at the Information Kiosk, for a FREE Easter Gift.

Valentines Day Promotion




Fly Me to the Moon
Spend R200 or more at any of our stores at The Workshop from 6 - 14 February 2006, and have your till slip redeemed at the Information Kiosk, for a free Valentines gift...

From the till slips placed into the entry box provided, a winner will be drawn on 13 February 2006 for a romantic dinner for two.

 
 
 
  Home | The Mall | Shops | Events | Exhibitions | Movies | Competitions | Gallery | Tourist Info
© The Workshop 2005 | by Finegrafix